Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 51:49 - Contemporary Zulu Bible 2024

49 Njengalokho iBabele liwisa ababuleweyo bakwa-Israyeli, kanjalo ababuleweyo bomhlaba wonke bayakuwa eBabele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

49 “Yebo, neBabele limelwe ukuwa, nina babuleweyo bakwa-Israyeli, njengalokho iBabele laliwelwa ngababuleweyo bomhlaba wonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

49 “IBhabhele kufanele ukuba nalo liwe, ngenxa yababuleweyo bakwa-Israyeli, njengoba ababulawa emhlabeni wonke, babulawa ngenxa yeBhabhele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 51:49
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba nathokoza, ngokuba nathokoza, nina bachitha ifa lami, ngokuba nakhuluphalisa njengethokazi etshanini, nabhodla njengezinkunzi;


Bizani abacibishelayo bemelene neBabele, bonke abansala umnsalo balikanise nxazonke; ungaphunyuki lutho; mvuze ngokomsebenzi wakhe; yenzani kuyo njengoba nje lenzile, ngoba yazidla phambi kukaJehova, koNgcwele ka-Israyeli.


Futhi ngizobuyisela iBhabhiloni nabo bonke abakhileyo eKalideya ngakho konke okubi kwabo abakwenzile eSiyoni phambi kwamehlo enu,” kusho uJehova.


Ubudlova obenziwa kimi nenyama yami buseBabele, abakhileyo eZiyoni bayakusho; negazi lami phezu kwabakhileyo eKaledi, iJerusalema liyakusho.


Ngokuba ngokwahlulela enahlulela ngakho nani niyakwahlulelwa ngakho; nesilinganiso enilinganisa ngaso nani niyakulinganiselwa ngaso.


Ngokuba ukwahlulela okungenasihawu uyakuba nomusa; nesihawu siyathokoza ekwahlulelweni.


Kuyo kwafunyanwa igazi labaprofethi, nelabangcwele, nelabo bonke ababulawa emhlabeni.


Wayesethi u-Adoni-bezeki: “Amakhosi angamashumi ayisithupha neshumi ayenquma izithupha noqukula abutha phansi kwetafula lami; njengoba ngenzile, kanjalo uNkulunkulu ungibuyisele. Basebemyisa eJerusalema, wafela khona.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ