Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 51:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kanjalo ababuleweyo bayakuwa ezweni lamaKaledi, nabagwaziweyo ezitaladini zalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Bayakuwa bebulewe ezweni lamaKaledi, begwaziwe ezitaladini zalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 Bayakuwa begwaziwe ezweni lamaKhaledi, bemanxebanxeba emigwaqweni yalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 51:4
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bonke abafunyanwayo bayakuchotshozwa; bonke abazihlanganisa nabo bayakuwa ngenkemba.


Kepha wena ulahliwe ethuneni lakho njengehlumela elinengekayo, nanjengezingubo zababulewe, abagwazwe ngenkemba, behlela ematsheni omgodi; inyathelwe phansi njengesidumbu.


Ngalokho izinsizwa zakhe ziyakuwa ezitaladini zakhe, nawo onke amaqhawe anqunywe ngalolo suku,” usho uJehova Sebawoti.


Ngakho izinsizwa zalo ziyakuwa ezitaladini, nawo onke amaqhawe alo ayakunqunywa ngalolo suku,” usho uJehova.


Inkemba iyakuba phezu kwamahhashi alo, naphezu kwezinqola zalo, naphezu kwengxubevange yabantu abaphakathi kwalo; bayakuba njengabesifazane; inkemba iphezu kwengcebo yakhe; njalo bazaphangwa.


Noma iBabele likhuphukela ezulwini, noma liqinisa indawo ephakeme yamandla alo, nokho abachithi balo bayakufika phezu kwalo bevela kimi,” usho uJehova.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ