Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 50:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 Ngakho izinsizwa zalo ziyakuwa ezitaladini, nawo onke amaqhawe alo ayakunqunywa ngalolo suku,” usho uJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Ngalokho izinsizwa zalo ziyakuwa ezitaladini zalo, nawo onke amadoda alo empi ayakunqunywa ngalolo suku,” usho uJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

30 Ngalokho izinsizwa zalo ziyakuwa emigwaqweni yalo, nawo wonke amabutho alo ayakubhujiswa ngalolo lusuku,” kusho uSimakade.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 50:30
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngakho nikela abantwana babo endlaleni, bachithe igazi labo ngobudlova benkemba; nabafazi babo mabaphangwe abantwana, babe abafelokazi; futhi amadoda abo mawabulawe; izinsizwa zabo mazibulawe ngenkemba empini.


UMowabi uphangiwe, wakhushulwa emizini yakhe, nezinsizwa zakhe ezikhethiweyo ziyile ekubulaweni, isho iNkosi egama layo linguJehova Sebawoti.


Ngalokho izinsizwa zakhe ziyakuwa ezitaladini zakhe, nawo onke amaqhawe anqunywe ngalolo suku,” usho uJehova Sebawoti.


Inkemba iphezu kwabaqamba amanga; bayakudla; inkemba ifike phezu kwamaqhawe akhe; futhi bayoshaywa luvalo.


Ngoba ukufa kukhuphuke emafasiteleni ethu futhi kwangena ezindlini zethu zobukhosi ukuze kunqume abantwana ngaphandle nezinsizwa ezitaladini.


ukuze nidle inyama yamakhosi, nenyama yezinduna, nenyama yamadoda anamandla, nenyama yamahhashi, neyabakhweleyo, nenyama yabo bonke abantu, abakhulule nabayizigqila, nabancane. Futhi kukhulu.


Amakhosi omhlaba, nezikhulu, nezinduna, nezicebi, nabanamandla, nezigqila zonke, nabakhululekileyo, bacasha emihumeni nasemadwaleni ezintaba;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ