Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 48:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 naseKeriyoti, naseBosira, naphezu kwayo yonke imizi yezwe lakwaMowabi, ekude noma eseduze.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 neKeriyote, neBosira, nemizi yonke yezwe lakwaMowabi ekude noma eseduze.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

24 eKeriyothe, eBhozira, nakuyo yonke imizi yakwaMowabi, ekude neseduze.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 48:24
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wafa uBhela, wathi uYobhabhi, unyana kaSeraki, waseBhotsera, walawula esikhundleni sakhe.


Ngubani lo ovela kwa-Edomi, nezingubo ezidayiwe zaseBozira na? lowo okhazimulayo engutsheni yakhe uhamba ebukhulu bamandla akhe? Mina engikhuluma ngokulunga nginamandla okusindisa.


IKeriyoti ithunjiwe, nezinqaba ziyathuthumela, nezinhliziyo zamaqhawe akwaMowabi ngalolo suku ziyakuba njengenhliziyo yowesifazane ezindleleni zakhe.


Ngokuba ngizifungile mina, usho uJehova, ukuthi iBhozira liyakuba yincithakalo, nehlazo, nencithakalo, nesiqalekiso; yonke imizi yakhe iyakuba yincithakalo kuze kube phakade.


Ngiyakuthuma umlilo kwaMowabi, uqede izindlu zamakhosi zaseKeriyoti;


EBeseri ehlane ethafeni lakwaRubeni; neRamoti yakwaGileyadi kwaGadi; neGolan eBashan, kwabakwaManase.


Esizweni sakwaRubeni: iBezeri namadlelo alo, neJahasha namadlelo alo,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ