Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 48:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 UMowabi unamahloni; ngoba libhidliziwe: lilani lilile; Kutsheleni e-Arinoni ukuthi uMowabi uphangiwe,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 UMowabi ujabhile, uphelile amandla; hhewulani, nikhale, nikwazise e-Arinoni ukuthi uMowabi uchithiwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

20 UMowabi ujabhisiwe, uphelelwe ngamandla; khihlani isililo, nikhale, nimemezele e-Arinoni ukuthi uMowabi ubhujisiwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 48:20
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba isililo sazungeza imikhawulo yakwaMowabi; ukukhala kwakhe kwaze kwaba se-Eglayimi, nokukhala kwakhe kwaze kwaba seBerelimi.


Ngokuba njengenyoni ezulazulayo elahliwe esidlekeni, ayakuba njalo amadodakazi akwaMowabi ngasemifuleni yase-Arinoni.


Kusukela e-Aroweri eliseceleni komfula i-Arinoni, nokusukela emzini oseceleni komfula kuze kufike kwaGileyadi, akubangakho umuzi owawunamandla kunathi; uJehova uNkulunkulu wethu usinike konke.


kusukela e-Aroweri elisosebeni lomfula i-Arinoni, nomuzi ophakathi nomfula, nethafa lonke kusukela eMedeba kuze kube seDiboni;


Base bedabula ihlane, balihaqa izwe lakwa-Edomi nezwe lakwaMowabi, bafika ngasempumalanga kwezwe lakwaMowabi, bamisa ngaphesheya kwe-Arinoni, kepha abangenanga emkhawulweni wakwaMowabi. Ngokuba i-Arinoni lalingumkhawulo wakwaMowabi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ