UJeremiya 45:5 - Contemporary Zulu Bible 20245 Futhi ingabe uyazifunela izinto ezinkulu? ungabafuni, ngokuba bheka, ngiyakwehlisela ububi phezu kwayo yonke inyama,” usho uJehova; kepha ngiyakukunika ukuphila kwakho kube yimpango ezindaweni zonke oya kuzo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE5 Uyazifunela izinto ezinkulu na? Ungazifuni, ngokuba bheka, ngiyakwehlisela inyama yonke okubi, usho uJehova, ngikunike ukuphila kwakho kube yimpango ezindaweni zonke lapho uya khona.’ ” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20205 Wena uzifunela izinto ezinkulu na? Qha, ungazifuni, ngokuba bheka, ngiyakwehlisela inhlekelele kubantu bonke, kusho uSimakade, ngikunike ukuphila kwakho kube njengempango, kuzo zonke izindawo oyakuya kuzo.’ ” အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |