Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 42:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Kwathi emva kwezinsuku eziyishumi izwi likaJehova lafika kuJeremiya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Kwathi emva kwezinsuku eziyishumi izwi likaJehova lafika kuJeremiya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Kwathi ngemuva kwezinsuku ezilishumi, izwi likaSimakade lafika kuJeremiya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 42:7
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Lindela uJehova, ube nesibindi, uyakuqinisa inhliziyo yakho; lindelani uJehova.


Ngalokho isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Bheka, ngibeka eSiyoni itshe, itshe elivivinyiwe, itshe legumbi elinqabileyo, isisekelo esiqinile; okholwayo akayikuxhamazela.


Ngalokho uJehova uyakulinda ukuba abe nesihe kini, ngalokho uyakuphakanyiswa, abe nomusa kini; ngokuba uJehova unguNkulunkulu wokwahlulela; babusisiwe bonke abamlindileyo.


Izwi elafika kuJeremiya livela kuJehova, uNebuzaradani induna yemilindankosi emlethile eRama, lapho esemthathile eboshwe ngamaketanga phakathi kwabo bonke ababethunjwe eJerusalema nakwaJuda, ababethunjiwe kude ekuthunjweni eBhabhiloni.


Wayesebiza uJohanani indodana kaKhareya nazo zonke izinduna zempi ezazinaye, nabo bonke abantu, kusukela komncane kuze kufike komkhulu;


Kwathi ekupheleni kwezinsuku eziyisikhombisa izwi likaJehova lafika kimi, lathi:


Ngokuba umbono usengowesikhathi esimisiwe, kepha ekugcineni uyakukhuluma, ungaqambi amanga; noma lilibala, lilinde; ngoba lizakuza lokufika, kalisoze liphele.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ