Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 40:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 UJeremiya waya kuGedaliya indodana ka-Ahikamu eMispa; wahamba wayohlala naye phakathi kwabantu ababesele ezweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Wayesehamba uJeremiya, waya kuGedaliya, indodana ka-Ahikamu, eMispa, wahlala naye phakathi kwabantu ababesele ezweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 UJeremiya wayesehamba, waya kuGedaliya, indodana ka-Ahikamu, owayeseMizpha, wahlala naye nabantu ababesele ezweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 40:6
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inkosi u-Asa yathatha wonke uJuda; basusa amatshe eRama nezinkuni zayo uBahesha akha ngakho; wakha ngayo iGeba neMispa.


Bathumela bamthatha uJeremiya egcekeni letilongo bamnikela kuGedaliya indodana ka-Ahikamu kaShafani ukuba amlethe ekhaya; ngalokho wahamba wayohlala phakathi kwabantu.


Ngenyanga yesikhombisa u-Ishmayeli indodana kaNethaniya ka-Elishama wozalo lwenkosi, nezikhulu zenkosi, namadoda ayishumi kanye naye, kwafika kuGedaliya indodana ka-Ahikamu eMispa; badla isinkwa ndawonye eMispa.


Base bephuma bonke abantwana bakwa-Israyeli, inhlangano yabuthana njengomuntu munye kusukela kwaDani kuze kube seBeri Sheba kanye nezwe lakwaGileyadi kuJehova eMispa.


Abantu bakwa-Israyeli bafunga eMispa, bathi: “Makungabikho kithina oyakunikela ngendodakazi yakhe kuBenjamini, ibe ngumkakho.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ