Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 40:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 UJehova wakuletha, wenza njengokukhuluma kwakhe, ngokuba nonile kuJehova, analalela izwi lakhe, ngalokho le ndaba ibe phezu kwenu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 usekulethile uJehova, wakwenza njengokukhuluma kwakhe, ngokuba nonile kuJehova, kanililalelanga izwi lakhe; ngalokho le nto inehlele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 uSimakade usekulethile, wakwenza njengokusho kwakhe, ngokuba nonile kuSimakade, kanililalelanga izwi lakhe, yingakho nehlelwe yilokhu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 40:3
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kodwa sebephumule, baphinda benza okubi phambi kwakho; ngalokho ubashiye esandleni sezitha zabo ukuba zibuse phezu kwabo; wabahlenga kaningi ngokobubele bakho;


Kodwa wena ulungile kukho konke okusehlela phezu kwethu; ngoba wena wenze okulungileyo, kodwa thina senze okubi.


Ngokuba uJehova Sebawoti owakutshala ukhulumile okubi ngawe ngenxa yobubi bendlu yakwa-Israyeli nendlu yakwaJuda ababenza bona ukuba bangicunule ngokushisela uBali impepho.


Izizwe eziningi ziyakudlula kulo muzi, zithi, kube yilowo nalowo kumakhelwane wakhe: ‘UJehova wenzeleni lokhu kulo muzi omkhulu na?


Hamba ukhulume ku-Ebhedi-Melegi umKushe, uthi: Usho kanje uJehova Sebawoti, uNkulunkulu ka-Israyeli; Bheka, ngiletha amazwi ami ngalo muzi ngokubi, kungabi ngokuhle; futhi ziyogcwaliseka phambi kwenu ngalolo suku.


Ngenxa yokuthi nakhuphula impepho nangenxa yokuthi nonile kuJehova futhi anizange nililalele izwi likaJehova futhi anihambanga ngomthetho wakhe nangezimiso zakhe nangobufakazi bakhe; ngalokho lobu bubi bukwehlele njenganamuhla.


Bonke abawatholayo bawadla bawaqeda; izitha zabo zathi: “Asicunuki, ngokuba bonile kuJehova, ikhaya lokulunga, ithemba lawoyise, uJehova.”


UJehova wenza njengokucabanga kwakhe; Wafeza izwi lakhe ayala ngalo ezinsukwini zasendulo: Wawisa, akabanga namusa; futhi Wenza isitha senu sajabula ngani, waphakamisa uphondo lwezitha zenu.


Kepha ngobulukhuni bakho nenhliziyo engaphendukiyo uzibekelela ulaka ngosuku lolaka nolokwambulwa kokwahlulela okulungileyo kukaNkulunkulu;


Khathesi siyazi ukuthi konke okutshoyo umlayoukutsho kwabangaphansi komlayo, ukuze yonke imilomo ivinjwe, lokuthi umhlaba wonke ube lecala phambi kukaNkulunkulu.


Khona-ke abantu bayakuthi: “Ngokuba basishiya isivumelwano sikaJehova uNkulunkulu wawoyise asenza nabo ekubakhiphani kwakhe ezweni laseGibithe.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ