Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 40:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Induna yemilindankosi yamthatha uJeremiya, yathi kuye: “UJehova uNkulunkulu wakho ukhulumile lobu bubi ngale ndawo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Induna yabalindi yamthatha uJeremiya, yathi kuye: “UJehova uNkulunkulu wakho wakhuluma lokhu okubi kule ndawo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Induna yabalindi yamthatha uJeremiya, yathi kuye: “USimakade uNkulunkulu wakho ukhulumile konke lokhu okubi ngale ndawo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 40:2
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba uJehova Sebawoti owakutshala ukhulumile okubi ngawe ngenxa yobubi bendlu yakwa-Israyeli nendlu yakwaJuda ababenza bona ukuba bangicunule ngokushisela uBali impepho.


Bonke abawatholayo bawadla bawaqeda; izitha zabo zathi: “Asicunuki, ngokuba bonile kuJehova, ikhaya lokulunga, ithemba lawoyise, uJehova.”


Kodwa uNebuzaradani induna yabalindi watshiya abanye babampofu belizwe kubalimi bewayini labalimi.


Kepha uma ningangilaleli, ningenzi yonke le miyalo;


Kepha uma ungalilaleli izwi likaJehova uNkulunkulu wakho, ugcine yonke imiyalo yakhe nezimiso zakhe engikuyala ngakho namuhla; ukuze zonke lezi ziqalekiso zehlele phezu kwakho, zikufice;


Intukuthelo yami iyakubavuthela ngalolo suku, ngibashiye, ngifihle ubuso bami kubo, baqedwe, behlelwe ububi obuningi nezinsizi; ngalokho bayakuthi ngalolo suku: ‘Lokhu okubi akusehlele yini, lokhu uNkulunkulu wethu engekho phakathi kwethu na?


UJehova ekubona lokho waba nengwa yibo ngenxa yokugconwa kwamadodana akhe namadodakazi akhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ