Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 4:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ngokuba usho kanje uJehova kubantu bakwaJuda naseJerusalema, uthi: “Zilibeleni insimu yenu, ningahlwanyeli emeveni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ngokuba usho kanje uJehova kubantu bakwaJuda nabaseJerusalema, uthi: “Qathani umqatho wenu, ningatshali phakathi kwameva.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Usho kanje uSimakade kubantu bakwaJuda nabaseJerusalema, uthi: “Qathani umqatho wenu, ningatshali phakathi kwameva.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 4:3
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Iyakukuvezela ameva namakhakhasi; uyakudla izitshalo zasendle;


Kodwa ngonyaka wesikhombisa kumelwe uwuyeke uphumule futhi uthule; ukuze abampofu babantu bakho badle; futhi ezikushiyayo, kumelwe kudliwe yizilwane zasendle. Kumelwe wenze ngendlela efanayo ngesivini sakho nangeminqumo yakho.


Zihlwanyeleleni ekulungeni, nivune ngomusa; qedani amadlelo enu, ngokuba sekuyisikhathi sokumfuna uJehova, aze afike, anise ukulunga phezu kwenu.


Ohlanyelwe emeveni nguye olizwayo izwi; futhi ukukhathazeka kwalesi simiso sezinto, nokukhohlisa kwengcebo kuminyanisa izwi, libe ngongatheli.


Enye yawela emeveni; ameva akhula, ayiminyanisa.


Enye yawela phakathi kwameva, ameva akhula ayiminyanisa, kodwa ayizange ithele.


Leyo eyawela emeveni yilabo abathi sebezwile, bahambe baminyaniswe yizinkathazo nengcebo nezinjabulo zalokhukuphila, bangathelisithelo.


Enye yawela emeveni; ameva akhula kanye nayo, ayiminyanisa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ