UJeremiya 39:5 - Contemporary Zulu Bible 20245 Kodwa impi yamaKaledi yabaxosha, yamfica uZedekiya emathafeni aseJeriko; sebemthathile, bamyisa kuNebukadinesari, inkosi yaseBabele, eRibila ezweni laseHamati, lapho ahlulela khona. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE5 Kepha impi yamaKaledi yabaxosha, yamfica uSedekiya emahlane aseJeriko, yambamba, yamkhuphulela kuNebukadinesari, inkosi yaseBabele, eRibila ezweni laseHamati, wamahlulela. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20205 Kepha impi yamaKhaledi yabahubha, yamfica uZedekiya ezinkalweni eJerikho, yambamba, yamyisa kuNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, owayeseRibhila eHamathi, wamgweba. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Emva kwalokho, usho uJehova, ngiyonikela uZedekiya, inkosi yakwaJuda, nezinceku zakhe, nabantu, nabaseleyo kulo muzi, esifeni, enkembeni, nasendlaleni, ngibanikele esandleni. Wenkosi uNebukadinesari wasindiswa. YeBhabhiloni nasesandleni sezitha zabo nasesandleni sabafuna ukuphila kwabo; futhi Uyobashaya ngosiko lwenkemba; akayikubahawukela, angabahawukeli, ahawukele.