UJeremiya 39:12 - Contemporary Zulu Bible 202412 Mthathe, umbheke kahle, ungamenzi okubi; kodwa yenzani kuye njengokutsho kwakhe kini. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE12 “Mthathe, umbheke, ungamenzeli lutho olubi, kepha wenze kuye njengokusho kwakhe kuwe.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202012 “Mthathe, umphathe kahle, ungezi lutho kuye oluzomlimaza, kodwa wenze lokho akutshela khona.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Manje bheka, namuhla ngiyakukhulula amaketanga asesandleni sakho. Uma kukuhle kuwe ukuhamba nami eBabele, woza; futhi ngizoninakekela kahle; kepha uma kukubi emehlweni akho ukuya nami eBabele, kuyeke; bheka, izwe lonke liphambi kwakho; nomaphi lapho kubonakala kukuhle futhi kukulungele ukuba uye khona, hamba khona.