Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 38:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Base bemdonsa uJeremiya ngezintambo bamkhipha emgodini, uJeremiya wahlala egcekeni letilongo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Base bemdonsa uJeremiya ngezintambo, bamkhipha emgodini; uJeremiya wahlala egcekeni letilongo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

13 Base bemdonsa ngezintambo, bamkhipha emgodini; uJeremiya wahlala egcekeni labalindi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 38:13
17 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwase kudlula abathengi bakwaMidiyani; bamkhipha uJosefa emgodini, bakhuphula uJosefa, bathengisa ngoJosefa kuma-Ishmayeli ngamashekeli angamashumi amabili esiliva; bamyisa uJosefa eGibithe.


Wathi: “Isho kanje inkosi, ithi: Fakani lo muntu etilongweni, nimundle ngesinkwa sokuhlupheka namanzi osizi, ngize ngibuye ngokuthula.


UPhalali indodana ka-Usayi, malungana negumbi logange nombhoshongo ophuma endlini ephakeme yenkosi, egcekeni letilongo. Ngemva kwakhe uPhedaya indodana kaPharosi.


Othanda igazi uyamzonda oqotho, kodwa olungileyo ufuna umphefumulo wakhe.


Izikhulu nabo bonke abantu base bethi kubapristi nakubaprofethi: “Lo muntu akafanele ukufa, ngokuba ukhulume kithi egameni likaJehova uNkulunkulu wethu.


Ngokuba impi yenkosi yaseBabele yalivimbezela iJerusalema, nomprofethi uJeremiya wayeboshiwe egcekeni letilongo elalisendlini yenkosi yakwaJuda.


Inkosi uZedekhiya yasilaya ukuthi bamngenise uJeremiya egcekeni letilongo, bamnike ucezu lwesinkwa esiphuma esigcawini sababhaki, size siphele sonke isinkwa emzini. Ngakho uJeremiya wahlala egcekeni letilongo.


U-Ebhedi-Melegi umKushe wathi kuJeremiya: “Faka la manikiniki amadala namanikiniki abolile ngaphansi kwamakhwapha akho ngaphansi kwezintambo. Wenze njalo uJeremiya.


UJeremiya wahlala egcekeni letilongo kwaze kwaba usuku iJerusalema elathunjwa ngalo, futhi wayelapho lapho iJerusalema lithunjwa.


Base bemthatha uJeremiya, bamphonsa emthonjeni kaMalikhiya indodana yenkosi, owawusegcekeni letilongo; bamehlisa uJeremiya ngezindophi. Emthonjeni kwakungekho manzi, kodwa udaka; ngakho uJeremiya wacwila odakeni.


O Nkosi, wena wamela izindaba zomphefumulo wami; Uhlengile impilo yami.


Wathi ngizakuzwa, nxa abamangaleli bakho sebefikile. Wayala ukuba agcinwe endlini yokwahlulela kaHerode.


Kepha emva kweminyaka emibili kwangena uPorkiyu Festu esikhundleni sikaFeliksi;


Kwathi sesifikile eRoma, induna yekhulu yanikela izibotshwa enduneni yabalindi, kodwa uPawuli wavunyelwa ukuthi ahlale yedwa lebutho elimgadileyo.


UPawuli wahlala iminyaka emibili egcweleyo endlini yakhe ayeyiqatshile, wemukela bonke ababeza kuye.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ