Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 37:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Ngaphezu kwalokho, uJeremiya wathi enkosini uZedekiya: “Ngone ngani wena noma ezincekwini zakho noma kulaba bantu ukuthi ungifake etilongweni na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 UJeremiya wathi futhi enkosini uSedekiya: “Ngoneni kuwe, nasezincekwini zakho, nakulaba bantu ukuba ningifake etilongweni na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 UJeremiya wayesethi enkosini uZedekiya: “Ngoneni kuwe, nasezincekwini zakho, nakulaba bantu ukuba ningifake ejele na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 37:18
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJakobe wathukuthela, wamhlupha uLabani; uJakobe waphendula, wathi kuLabani: “Siyini isiphambeko sami na?” isono sami siyini ukuba ungizingele kangaka na?


Lowo ophindisela okubi ngokuhle, ububi abuyikusuka endlini yakhe.


Futhi akukuhle ukujezisa olungileyo, nokuchitha izikhulu ngenxa yobuqotho.


UHezekiya inkosi yakwaJuda naye wonke uJuda bambulala na? Akamesabanga uJehova, wamncenga uJehova, uJehova wazisola ngobubi abebukhulume ngabo na? Kanjalo singenza ububi obukhulu emiphefumulweni yethu.


UNkulunkulu wami uthumile ingelosi yakhe, yavala imilomo yamabhubesi, ukuze angangilimazanga, ngokuba kutholwe kimi ngingenacala phambi kwakhe; futhi phambi kwakho, nkosi, angenzanga okubi.


UJesu wawaphendula wathi: Ngilitshengise imisebenzi eminengi emihle evela kuBaba; Yimuphi kule misebenzi eningikhandela yona na?


UPawuli wawugqolozela umphakathi, wathi: “Madoda, bazalwane, mina ngihambile phambi kukaNkulunkulu nginonembeza wonke omuhle kuze kube namuhla.


Nakulokhu ngiyazivivinya ukuba ngihlale nginonembeza ongenacala kuNkulunkulu nakubantu.


Ngokuba uma ngingonile, noma ngenze utho olufanele ukufa, angifuni ukufa; ngidlulisela icala kuKesari.


Kodwa mina ngithole ukuthi akenzanga lutho olufanele ukufa, lokuthi yena ngokwakhe walidlulisela kuAwugusi, ngaquma ukumthuma.


Eziphendulela wathi: “Nangomthetho wabaJuda, nethempeli, nakuKesari angonanga lutho.


Sebesukile bakhuluma bodwa, bathi: “Lo akenzi lutho olufanele ukufa nokuboshwa.


Ngakho sengaba yisitha senu yini, ngokuba nginitshela iqiniso?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ