Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 34:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Yizwa izwi likaJehova, Sedekiya, nkosi yakwaJuda! Nanku okutshiwo nguJehova ngawe: Kawuyikufa ngenkemba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 “ ‘Kepha yizwa izwi likaJehova, Sedekiya, nkosi yakwaJuda. Usho kanje uJehova ngawe, uthi: Awuyikufa ngenkemba;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 “ ‘Kepha yizwa izwi likaSimakade, Zedekiya, nkosi yakwaJuda. Usho kanje uSimakade ngawe, uthi: awuyukufa ngenkemba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 34:4
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wathi futhi: “Ngalokho yizwani izwi likaJehova; Ngabona iNkosi ihlezi esihlalweni sayo sobukhosi, lebutho lonke lezulu limi ngakwesokunene sayo langakwesokhohlo sayo.


Yizwani izwi likaJehova nina ndlu kaJakobe, zizukulwane zonke zendlu ka-Israyeli.


Futhi iyoyisa uZedekiya eBhabhiloni, futhi uyohlala lapho ngize ngimvakashele, kusho uJehova; noma nilwa namaKaledi, aniyikuphumelela.


Awuyikuphunyuka esandleni sakhe, kepha uyakubanjwa nokunikelwa esandleni sakhe; amehlo akho ayobona amehlo enkosi yaseBhabhiloni, futhi iyokhuluma nawe umlomo nomlomo, futhi kumelwe uye eBhabhiloni.


Kepha wena uyakufa ngokuthula, nangokushiswa kwawoyihlo, amakhosi akuqala ayephambi kwakho, bayakukushisela impepho; bayakulilela, bathi: “Awu, Nkosi! ngoba mina ngikhulumile ilizwi, kutsho uJehova.


Yima esangweni lendlu kaJehova, umemeze khona leli zwi, uthi: ‘Yizwani izwi likaJehova nina nonke bakwaJuda abangena ngalawa masango ukukhuleka kuJehova.


Zwanini izwi likaJehova nina bantwana bakwa-Israyeli, ngokuba uJehova unokuphikisana nabakhileyo ezweni, ngokuba akukho qiniso, akukho umusa, akukho kwazi uNkulunkulu ezweni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ