Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 28:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Izwi likaJehova lafika kuJeremiya umprofethi ngemva kokuba umprofethi uHananiya ephule ijoka entanyeni kaJeremiya umprofethi, lathi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Lase lifika izwi likaJehova kuJeremiya, uHananiya umprofethi eselaphulile ijoka entanyeni yomprofethi uJeremiya, lithi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 Izwi likaSimakade lafika kuJeremiya emva kokuba uHananiya, umphrofethi, eliphoqozile ijoka elalisentanyeni yomphrofethi uJeremiya, lathi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 28:12
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Isaya engakaphumi egcekeni eliphakathi, izwi likaJehova lafika kuye, lathi:


Kwathi ngalobo busuku izwi likaNkulunkulu lafika kuNathani, lathi:


okwafika kuye izwi likaJehova ezinsukwini zikaJosiya, indodana ka-Amoni, inkosi yakwaJuda, ngomnyaka weshumi nantathu wokubusa kwakhe.


Usho kanje uJehova kimi, uthi: Zenzele izibopho namajoka, ukubeke entanyeni yakho;


Ngomnyaka wokuqala wokubusa kwakhe, mina, Daniyeli, ngaqonda ezincwadini inani leminyaka izwi likaJehova elafika ngayo kuJeremiya umprofethi, ukuthi yayiyoqeda iminyaka engamashumi ayisikhombisa ekubhujisweni kweJerusalema.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ