Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 27:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Ngokuba usho kanje uJehova Sebawoti mayelana nezinsika, nangokuphathelene nolwandle, nezisekelo, nangensali yezitsha ezisele kulo muzi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Ngokuba usho kanje uJehova Sebawoti ngezinsika, nangolwandle, nangezinqe, nangensali yezitsha ezisele kulo muzi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

19 Usho kanje uSimakade Wamabandla ngezinsika, ngolwandle, ngezinqe nangezitsha ezisasele kulo muzi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 27:19
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wenza ulwandle olubunjiweyo, izingalo eziyishumi ukusuka kolunye umkhawulo kuze kufike kolunye umkhawulo; laliyizungezile, nokuphakama kwalo kwakuyizingalo eziyisihlanu; umucu oyizingalo ezingamashumi amathathu wawudwengula inhlangothi zonke.


Wenza nezinyawo eziyishumi zethusi; ubude balo lunye babuyizingalo ezine, nezingalo ezine ububanzi, nezingalo ezintathu ukuphakama.


Izinsika zethusi ezazisendlini kaJehova, nezitsha zokugezela nolwandle lwethusi okwakusendlini kaJehova, amaKaledi akuphahlaza, alithatha kuzo ithusi, alisa eBabele.


Ukuphakama kwenye insika kwakuyizingalo eziyishumi nesishiyagalombili, isihloko phezu kwayo sasiyithusi, nokuphakama kwesihloko kwakuyizingalo ezintathu; amabele nezinsingo nxazonke phezu kwesihloko, konke kwakungokwethusi;


Zonke izitsha zendlu kaNkulunkulu, ezinkulu nezincane, nengcebo yendlu kaJehova, nengcebo yenkosi neyezikhulu zayo; konke lokhu wakuyisa eBabele.


Isitha selulele isandla saso phezu kwazo zonke izinto zalo ezithandekayo, ngoba libona ukuthi abezizwe babengena endlini yalo engcwele, owazilaya ukuthi bangangeni ebandleni lakho.


UJehova wanikela uJehoyakimi, inkosi yakwaJuda, esandleni sakhe kanye nengxenye yezitsha zendlu kaNkulunkulu aziletha ezweni laseShineyari endlini kankulunkulu wakhe; wazingenisa izitsha endlini yengcebo kankulunkulu wakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ