Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 27:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ekuqaleni kokubusa kukaJehoyakimi indodana kaJosiya, inkosi yakwaJuda, leli zwi likaJehova lafika kuJeremiya, lithi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ekuqaleni kokubusa kukaSedekiya indodana kaJosiya, inkosi yakwaJuda, kwafika leli zwi kuJeremiya livela kuJehova, lathi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 Ekuqaleni kokubusa kukaJehoyakimi, indodana kaJosiya, inkosi yakwaJuda, leli lizwi lafika kuJeremiya livela kuSimakade, lithi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 27:1
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USedekiya wayeneminyaka engamashumi amabili nanye ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka eyishumi nanye eJerusalema; Igama likanina lalinguHamuthali, indodakazi kaJeremiya, waseLibina.


USedekiya wayeneminyaka engamashumi amabili nanye ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka eyishumi nanye eJerusalema;


Ekuqaleni kokubusa kukaJehoyakimi indodana kaJosiya, inkosi yakwaJuda, kwafika leli zwi livela kuJehova, lithi:


Ngasengikhuluma kuZedekhiya inkosi yakoJuda njengawo wonke lamazwi ngathi: Ngenisani izintamo zenu ngaphansi kwejogwe lenkosi yeBhabhiloni, liyikhonze yona labantu bayo lempilo yayo.


uzithume enkosini yakwa-Edomi, nasenkosini yakwaMowabi, nasenkosini yabantwana bakwa-Amoni, nasenkosini yaseTire, nasenkosini yaseSidoni, ngesandla sezithunywa eziza eJerusalema kuSedekiya inkosi yakwaJuda;


Kwathi ngawona lowo mnyaka, ekuqaleni kokubusa kukaZedekiya, inkosi yakwaJuda, ngomnyaka wesine nangenyanga yesihlanu, uHananiya, indodana yomprofethi u-Asiriya, owayevela eGibeyoni, wakhuluma nami. Endlini kaJehova phambi kwabapristi nabo bonke abantu, wathi:


Izwi elafika kuJehova kuJeremiya ngomnyaka weshumi kaSedekiya, inkosi yakwaJuda, owawungumnyaka weshumi nesishiyagalombili kaNebukadinesari.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ