Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 26:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Bamkhipha u-Uriya eGibithe, bamyisa enkosini uJehoyakimi; owambulala ngenkemba, wasiphonsa isidumbu sakhe emathuneni abantukazana.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Bamkhipha u-Uriya eGibithe, bamyisa enkosini uJehoyakimi eyambulala ngenkemba, yasilahla isidumbu sakhe emathuneni abantukazana.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

23 Bambuyisa u-Uriya eGibhithe, bamyisa enkosini uJehoyakimi eyambulala ngenkemba, isidumbu sakhe yasilahla emathuneni abantukazana.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 26:23
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wenza okubi emehlweni kaJehova njengakho konke abakwenzileyo oyise.


Ngibashaye ngeze abantwana benu; abatholanga ukusolwa; inkemba yenu idlile abaprofethi benu njengengonyama ephangayo.


Kodwa amehlo akho nenhliziyo yakho akukona nje kuphela ukuhaha kwakho nokuchitha igazi elingenacala nokucindezelwa nobudlova ukuze ukwenze.


Uzangcwatshwa ngokungcwatshwa kwembongolo, adonswe alahlwe ngaphandle kwamasango eJerusalema.


Kodwa niyazi ngokuqinisekile ukuthi uma ningibulala, ngokuqinisekile niyoletha igazi elingenacala phezu kwenu naphezu kwalo muzi naphezu kwabakhileyo kuwo; ngoba isibili iNkosi ingithumile kini ukukhuluma wonke lamazwi ezindlebeni zakho.


Ngakho-ke, itsho njalo iNkosi kaJehoyakhimi, inkosi yakoJuda, ithi: Kayikuba lamuntu ozahlala esihlalweni sobukhosi sikaDavida, lesidumbu sakhe sizalahlwa ekutshiseni emini lesithwathwa ebusuku.


Yahambahamba phakathi kwezingonyama, yaba yibhongo lengonyama, yafunda ukubamba impango, ishwabadele abantu.


Wasethuma wamquma uJohane ikhanda entolongweni.


ababulala iNkosi uJesu nabaprofethi babo, basizingela nathi; abamthokozisi uNkulunkulu, baphambene nabantu bonke;


bakhandwa ngamatshe, banqunyulwa phakathi, balingwa, babulawa ngenkemba, bazulazula bembethe izikhumba zezimvu nezikhumba zezimbuzi; beswele, behlupheka, behlutshwa;


Kuyakuthi sebebuqedile ubufakazi babo, isilo esiphuma kwalasha siyakulwa nabo, sibanqobe, sibabulale.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ