UJeremiya 26:11 - Contemporary Zulu Bible 202411 Abapristi nabaprofethi bakhuluma ezikhulwini nakubantu bonke, bathi: “Lo muntu ufanelwe ukufa; ngokuba waprofetha ngalo muzi, njengalokho nizwile ngezindlebe zenu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE11 Base bethi abapristi nabaprofethi ezikhulwini nakubo bonke abantu, bathi: “Lo muntu ufanele ukufa, ngokuba uprofethile ngalo muzi, njengalokho nizwile ngezindlebe zenu.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202011 Abaphristi nabaphrofethi base bethi ezikhulwini nakubo bonke abantu: “Lo muntu ufanelwe ngukufa, ngokuba uphrofethe ngalo muzi, njengoba nani nizizwele ngezindlebe zenu.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |