UJeremiya 25:5 - Contemporary Zulu Bible 20245 Bathi: “Phendukani, kube yilowo nalowo endleleni yenu embi nasebubini bezenzo zenu, nihlale ezweni uJehova aninike lona nawoyihlo kuze kube phakade naphakade.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE5 lapho kwathiwa: “Ake nibuye, kube yilowo nalowo endleleni yakhe embi, nasebubini bezenzo zenu, nihlale ezweni uJehova alinike nina nawoyihlo, kusukela phakade kuze kube phakade, အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20205 lapho kuthiwa kini: “Ake niphenduke, kube yilowo nalowo endleleni yakhe embi, nasezenzweni zenu ezimbi, bese nihlala ezweni uSimakade alinika okhokho benu, kusukela phakade kuze kube phakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Futhi ngithumile kini zonke izinceku zami, abaprofethi, abavuka ekuseni kakhulu, babathume, bathi: Phendukani, kube yilowo nalowo endleleni yakhe embi, nilungise izenzo zenu, ningalandeli abanye onkulunkulu ukuba ningakwenzi. Khonzani, nihlale ezweni engalinika nina nawoyihlo, kepha anibekanga indlebe yenu, aningilalelanga.