UJeremiya 22:10 - Contemporary Zulu Bible 202410 Ningamkhaleli ofileyo, ningamlileli; kodwa mkhaleleni ngomunyu omukayo, ngokuba akasayikubuya, alibone izwe lakubo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE10 Ningakhaleli ofileyo, ningamlileli, kepha nimkhalele nokumkhalela omukayo, ngokuba akasayikubuya, kasayikubona izwe lokuzalwa kwakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202010 Ningamkhaleli ofileyo, ningamlileli; kodwa mkhaleleni kalusizi othunjwayo, ngokuba akasayukubuya; kasayukuphinde alibone izwe azalelwa kulo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngokuba usho kanje uJehova Sebawoti, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: Njengalokho intukuthelo yami nokufutheka kwami kuthululiwe phezu kwabakhileyo eJerusalema; kanjalo ulaka lwami luyakuthululwa phezu kwenu, lapho ningena eGibithe; niyakuba yisihlamba, nesimangaliso, nesiqalekiso, nesihlamba; futhi ngeke usayibona le ndawo.