Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 19:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 UJeremiya wayesebuya eThofeti, lapho uJehova ayemthume khona ukuba aprofethe; wema egcekeni lendlu kaJehova; wathi kubo bonke abantu:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Wayesebuya uJeremiya eThofeti lapho uNkulunkulu ayemthume khona ukuba aprofethe; wema agcekeni lendlu kaJehova, wathi kubantu bonke:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 UJeremiya wayesebuya eThofethi lapho uSimakade ayemthume khona ukuba ayophrofetha; wema egcekeni lendlu kaSimakade, wathi kubantu bonke:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 19:14
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJehoshafati wema ebandleni lakwaJuda nelaseJerusalema endlini kaJehova phambi kwegceke elisha;


Wathi kimi uJehova: “Hamba, ume esangweni labantwana babantu, angena ngalo amakhosi akwaJuda, aphuma ngalo, nasemasangweni onke aseJerusalema;


umprofethi uJeremiya akukhuluma kubo bonke abantu bakwaJuda nakubo bonke abakhileyo eJerusalema, wathi:


Usho kanje uJehova; Yima egcekeni lendlu kaJehova, ukhulume kuyo yonke imizi yakwaJuda eza ukukhuleka endlini kaJehova wonke amazwi engikuyala ukuba uwakhulume kubo; ayinciphisi igama:


Umprofethi uJeremiya wayesethi kuHananiya umprofethi phambi kwabapristi naphambi kwabo bonke abantu ababemi endlini kaJehova:


Hambani, nime nikhulume ethempelini kubantu amazwi onke alokhu kuphila.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ