Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 18:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Ingabe ububi buyobuyiselwa ngokuhle? ngoba bembele umphefumulo wami umgodi. Khumbula ukuthi ngema phambi kwakho ukubakhulumela kahle, ngisuse ulaka lwakho kubo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Okuhle kuyakuphindiselwa ngokubi na? lokhu bembele umphefumulo wami umgodi. Khumbula ukuthi ngema phambi kobuso bakho ukukhuluma okuhle ngabo nokukubuyisa ukufutheka kwakho kubo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

20 Okuhle kuyaphindiselwa yini ngokubi na? Nokho bangimbele umgodi. Khumbula ukuthi ngema phambi kobuso bakho; ngakhuluma okuhle ngabo, nokunqanda ulaka lwakho kubo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 18:20
31 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Yebo, ucindezela intandane, ummbela umngane wakho umthombo.


Ngalokho wathi uyakubabhubhisa, uma uMose okhethiweyo wakhe ubengema phambi kwakhe esikhaleni ukuze anqande ulaka lwakhe, ukuze angababhubhisi.


Ababi bangilindele ukuba ngizichithe, kepha mina ngiyakuqaphela ubufakazi bakho.


Babuyisela ububi bami ngokuhle, bachitha umphefumulo wami.


Ngokuba bangifihlele ngeze inetha labo emgodini, abawumbele umphefumulo wami ngaphandle kwesizathu.


Abaphindisela okubi ngokuhle bayizitha zami; ngoba mina ngilandela into enhle.


Bazenzela izinyawo zami inetha; umphefumulo wami uthobile; bemba umgodi phambi kobuso bami, bawela kuwo. Sela.


Wemba umthombo, wawumba, wawela emgodini ayewenzile.


Lowo ophindisela okubi ngokuhle, ububi abuyikusuka endlini yakhe.


Omba umgodi uzakuwela kuwo; nogingqa itshe, liyakubuyela kuye.


Omba umgodi uzakuwela kuwo; noma ngubani ophula uthango, inyoka izomluma.


Khona-ke ungabakhulekeli laba bantu, futhi ungabaphakamiseli ukukhala noma umkhuleko, ngoba ngeke ngibezwe ngesikhathi bekhala kimi ngosizi lwabo.


Siyabuvuma, Jehova, ububi bethu nobubi bawobaba, ngokuba sonile kuwe.


Wayesethi uJehova kimi: “Noma oMose noSamuweli babemi phambi kwami, nokho imicabango yami yayingenakubhekisa kulaba bantu; zilahle ebusweni bami, ziphume.


Mabajabhe abangizingelayo, kepha mina mangingajabhi; mabeme bethukile, kepha mina mangingathuki; wehlisele phezu kwabo usuku olubi, ubabhubhise ngokuchitha kabili.


Ngilalele, Jehova, ulalele izwi labaphikisana nami.


Makuzwakale ukukhala ezindlini zabo, lapho uletha iviyo phezu kwabo ngokuzuma; ngoba bemba umgodi wokungibamba, bafihlela inyawo zami imijibila.


Kepha uma bengabaprofethi, uma izwi likaJehova likubo, mabangene manje kuJehova Sebawoti, izitsha ezisele endlini kaJehova nasendlini yenkosi yakwaJuda, futhi eJerusalema, ningayi eBhabhiloni.


Ngokuba phakathi kwabantu bami kufunyanwa ababi; bacupha ugibe, babambe abantu.


Ngakho ungabakhulekeli lababantu, ungabaphakamiseli ukukhala loba umkhuleko, ungangincengi, ngoba kangiyikukuzwa.


Jehova, ukubonile ukungalungi kwami; yahlulelani icala lami.


UJesu wawaphendula wathi: Ngilitshengise imisebenzi eminengi emihle evela kuBaba; Yimuphi kule misebenzi eningikhandela yona na?


Kodwa lokhu kwenzeka ukuze kugcwaliseke ilizwi elilotshiweyo emthethweni wabo elithi: Bangizonda ngeze.


UJonathani wakhuluma okuhle ngoDavide kuSawule uyise, wathi kuye: “Inkosi mayingoni encekwini yayo uDavide; ngoba akonanga kuwe langenxa yokuthi imisebenzi yakhe yayimihle kakhulu kuwe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ