Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 16:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Ngakho-ke bheka, ngizabazisa ngalesi sikhathi, ngibazise isandla sami namandla ami; bazakwazi ukuthi ibizo lami linguJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 “Ngalokho bheka, ngiyakubazisa, ngibazise ngalesi sikhathi isandla sami namandla ami, baze bazi ukuthi igama lami linguJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

21 “Ngakho-ke ngiyakubazisa, ngalesi sikhathi ngiyakubenza bazi isandla sami namandla ami, bayokwazi ukuthi igama lami nginguSimakade.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 16:21
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ukuze abantu bazi ukuthi wena, ogama lakho linguJehova wedwa, ungoPhezukonke emhlabeni wonke.


UJehova uyaziwa ngesahlulelo sakhe; omubi uhileleke emsebenzini wezandla zakhe. I-Higgaion. Sela.


Ngiyakuyenza lukhuni inhliziyo kaFaro ukuba abalandele; ngiyakudunyiswa phambi kukaFaro naphezu kwempi yakhe yonke; ukuze abaseGibithe bazi ukuthi nginguJehova. Benza kanjalo.


Ngabonakala ku-Abrahama, ku-Isaka, nakuJakobe egameni likaNkulunkulu, uMninimandla onke, kodwa ngegama lami elithi JEHOVA ngangingaziwa kubo.


Ngokuba nginguJehova uNkulunkulu wakho, oNgcwele ka-Israyeli, uMsindisi wakho; nginikele iGibithe libe yisihlengo sakho, iTopiya neSheba esikhundleni sakho.


Usho kanje uJehova, uMenzi wako, uJehova owakubumbayo, ukuba akuqinise; nguJehova igama lakhe;


Ngakho uHezekeli uyisibonakaliso kini: njengakho konke akwenzileyo niyakwenza; futhi lapho kufika, niyokwazi ukuthi ngiyiNkosi uJehova.


Ngalolo suku umlomo wakho uyovuleka kuye okhululiwe, futhi uyokhuluma, ungabe usaba yisimungulu; futhi uyakuba yisibonakaliso kubo; bazakwazi ukuthi nginguJehova.


Ngiyakubuyisela impindiselo yami ku-Edomi ngesandla sabantu bami u-Israyeli, benze kwa-Edomi njengokwentukuthelo yami nanjengokufutheka kwami; futhi bayokwazi impindiselo yami, isho iNkosi uJehova.


Abanqotshiweyo bayakuwa phakathi kwenu, nazi ukuthi nginguJehova.


Mfuneni owenza izinkanyezi eziyisikhombisa ne-Oriyoni, ophendula ithunzi lokufa libe ukusa, afiphaze imini nobusuku, obiza amanzi olwandle, awathululele emhlabeni: nguJehova igama lakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ