Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 16:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Umuntu angazenzela onkulunkulu, bengesibo onkulunkulu na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Umuntu angazenzela onkulunkulu na? Labo abasibo onkulunkulu.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

20 Umuntu angazenzela yini onkulunkulu na? Laba abasiye uNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 16:20
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

abaphonsa onkulunkulu bawo emlilweni, ngokuba babengesibo onkulunkulu, babengumsebenzi wezandla zomuntu, ukhuni netshe; ngalokho babachitha.


Baphi onkulunkulu baseHamati nase-Arfadi na? baphi onkulunkulu baseSefarivayimi na? balikhulule iSamariya esandleni sami na?


babaphonsa emlilweni onkulunkulu bawo, ngokuba babengesibo onkulunkulu, babengumsebenzi wezandla zomuntu, ukhuni netshe; ngalokho babachitha.


Isizwe sishintshile yini onkulunkulu baso, abangebona onkulunkulu na? kepha abantu bami banana udumo lwabo ngalokho okungasizi ngalutho.


Ngizokuthethelela kanjani kulokhu? abantwana bakho bangishiyile, bafunga abangesibo onkulunkulu;


Inkosi uNebukadinesari yenza isithombe segolide, ukuphakama kwaso kwakuyizingalo ezingamashumi ayisithupha, nobubanzi baso buyizingalo eziyisithupha; wawumisa ethafeni laseDura esifundeni saseBabele.


Futhi niyabona, niyezwa, ukuthi kungesikho e-Efesu kuphela, kodwa cishe kulo lonke elase-Asiya, uPawuli lo udukise abantu abaningi, waphambukisa, wathi abasibo onkulunkulu abenziwe ngezandla;


Kepha noma yithina noma ingelosi evela ezulwini inishumayeza ivangeli eliphambene nalelo esanishumayeza lona, makabe ngoqalekisiweyo.


Kepha-ke, lapho ningamazi uNkulunkulu, nanikhonza labo abangesibo onkulunkulu ngokwemvelo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ