Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 14:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Izimbongolo zasendle zema ezindaweni eziphakemeyo, zathulisa umoya njengamakhanka; amehlo azo afiphele, ngokuba kwakungekho tshani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Izimbongolo zasendle ziyema emadulini angenalutho, zihogela umoya njengamakhanka; amehlo azo ayaphela, ngokuba kungekho tshani.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 Izimbongolo zasendle zima emadulini angamaqwaqwasi, zikhefuzele njengamakhanka; amehlo azo ayafiphala, ngoba abukho utshani.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 14:6
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngoba izigodlo ziyoshiywa zishiywe; isixuku somuzi siyakusala; izinqaba nemibhoshongo kuyakuba yimigodi kuze kube phakade, intokozo yezimbongolo zasendle, idlelo lemihlambi;


imbongolo yasendle ejwayele ihlane, ehogela umoya ngokuthanda kwayo; ngethuba lakhe ngubani ongamxosha? bonke abamfunayo abayikukhathala; ngenyanga yalo bayakulifumana.


Kepha thina, amehlo ethu asalokhu ephelile ukubheka usizo lwethu oluyize; ngokuqapha kwethu sibheke isizwe esingeke sisisindise.


Ngakho inhliziyo yethu ikhathele; ngenxa yalezi zinto amehlo ethu afiphele.


Yeka ukububula kwezilwane! imihlambi yezinkomo ididekile, ngoba ayinadlelo; yebo, imihlambi yezimvu isiyincithakalo.


UJonathani wasesithi: Ubaba walinyakazisa ilizwe; bhekani, amehlo ami aqabukile, ngokuba nginambithe ingcosana yaloluju.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ