Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 12:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Ifa lami kimi linjengengonyama ehlathini; liyangibiza; yingakho ngakuzonda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Ifa lami likimi njengengonyama ehlathini; lingiphumisele izwi; ngalokho ngiyalizonda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Ifa lami selingiphendukele lanjengebhubesi ehlathini, liyangibhongela, ngalokho-ke ngiyalizonda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 12:8
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

ngokweqa uJehova, nokuqamba amanga, nokuhlubuka kuNkulunkulu wethu, nokukhuluma ukucindezela nokuhlubuka, nokukhuluma inkohliso namazwi angamanga asuka enhliziyweni.


Amabhongo ezingonyama abhonga, amemeza phezu kwakhe, enza izwe lakhe laba incithakalo; imizi yakhe yashiswa yangabi nabahlali.


Babhonga kanyekanye njengamabhubesi, baklabalasa njengamawundlu ezingonyama.


Wasembula ubufebe bakhe, wembula ubunqunu bakhe;


Bonke ububi babo buseGiligali, ngokuba ngabazonda khona; ngenxa yobubi bezenzo zabo ngiyakubaxosha endlini yami, angisayikubathanda; zonke izikhulu zabo ziyizihlubuki.


INkosi uJehova izifungile, isho iNkosi uJehova Sebawoti, ithi: “Ngiyakwenyanya ukuzidla kukaJakobe, ngiyazonda izindlu zakhe zamakhosi; ngalokho ngiyakuwunikela umuzi nakho konke okukuwo.


Ngaleso sikhathi abantu bami bavuka njengesitha; nihlubula ingubo yabadabula belondekile njengamadoda ahlubuka impi.


Ngabulala abelusi abathathu ngenyanga eyodwa; umphefumulo wami wanengwa yizo, zanengwa nami.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ