UJeremiya 11:19 - Contemporary Zulu Bible 202419 Kodwa nganginjengewundlu eliyiswa ekuhlatshweni; futhi ngangingazi ukuthi babengicebele amacebo, bethi: “Masiwuchithe umuthi nezithelo zawo, siwunqume ezweni labaphilayo, ukuze igama lawo lingabe lisakhunjulwa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE19 Kepha mina nganginjengewundlu eliyiswa ekuhlatshweni; ngangingazi ukuthi bangicebela amacebo, bethi: “Masiwuchithe umuthi kanye nezithelo zawo, simnqume ezweni labaphilayo, igama lakhe lingabe lisakhunjulwa.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202019 Kepha mina nganginjengewundlu eliholwa liyohlatshwa; ngangingazi ukuthi kanti bangicebela amacebo, bethi: “Masisicekele phansi isihlahla nezithelo zaso, simnqume ezweni labaphilayo, ukuze igama lakhe lingabe lisakhunjulwa.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |