Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UJeremiya 10:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Usho kanje uJehova, uthi: “Ningafundi indlela yabezizwe, ningesabi izibonakaliso zezulu; ngoba abezizwe bayabesaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Usho kanje uJehova, uthi: “Ningayifundi indlela yabezizwe, ningashaywa luvalo ngezibonakaliso zasezulwini, ngokuba abezizwe bezesaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Usho kanje uSimakade, uthi: “Ningayifundi indlela yabezizwe, ningashaywa wuvalo ngezibonakaliso esibhakabhakeni, ngokuba abezizwe bayazesaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UJeremiya 10:2
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UNkulunkulu wathi: “Makube khona emkhathini wezulu izinkanyiso zehlukanise imini nobusuku; futhi mazibe izibonakaliso nezinkathi nezinsuku neminyaka.


Zwanini izwi uJehova alikhuluma kini nina ndlu ka-Israyeli!


Futhi okufika enhliziyweni yenu akuyikuba-khona nhlobo, ukuthi nithi: Siyakuba njengezizwe, njengezizukulwane zamazwe, ukukhonza imithi namatshe.


Njengokwezenzo zezwe laseGibithe enahlala kulo, aniyikwenza; futhi ningenzi njengokwenza kwezwe laseKhanani enginiyisa kulo; futhi aniyikuhamba ngezimiso zabo.


Akumelwe nihambe ngezindlela zesizwe engisixosha phambi kwenu; ngokuba benze zonke lezi zinto, ngase ngibenyanya.


Lapho usufikile ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona, ungafundi ukwenza izinengiso zalezo zizwe.


Ngathi kini: NginguJehova uNkulunkulu wenu; ningabesabi onkulunkulu bama-Amori enihlala ezweni lawo, kepha anililalelanga izwi lami.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ