Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 5:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngalokho isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Ngokuba nandile ngaphezu kwezizwe ezinihaqileyo, anihambanga ngezimiso zami, anigcinanga izahlulelo zami, aniwenzanga njengezahlulelo zezizwe ezinihaqayo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 “Ngalokho isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Ngokuba nibanga umsindo kunezizwe ezinihaqayo, ningahambi ngezimiso zami, ningazigcinanga izahlulelo zami, ningenzanga ngemithetho yezizwe ezinihaqayo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 “Ngakho-ke isho kanje iNkosi uSimakade, ithi: ‘Ngokuba inxokozelo yenu inkulu ukwedlula izizwe ezinizungezileyo, anihambi ngokwezimiso zami, anizigcini izehlulelo zami, futhi anenzanga ngokwezehlulelo zezizwe ezinizungezileyo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 5:7
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UManase wadukisa uJuda nabakhileyo eJerusalema, benza okubi kunezizwe uJehova azichitha phambi kwabantwana bakwa-Israyeli.


Ukuze uthwale ihlazo lakho, ube lenhloni kukho konke okwenzileyo, ngoba uyinduduzo kibo.


Ngakho-ke, kuphila kwami, isho iNkosi uJehova; Impela, ngokuba uyingcolisile indlu yami engcwele ngazo zonke izinengiso zakho nangazo zonke izinengiso zakho, ngalokho nami ngiyakukwehlisa; iso lami aliyikuhawukela, futhi angiyikudabuka.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ