Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 48:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Lezi ziyakuba yizilinganiso zakhe; icala lasenyakatho ngamawaka amane anamakhulu amahlanu, icala langasezantsi libe ngamawaka amane anamakhulu amahlanu, icala lasempumalanga libe ngamawaka amane anamakhulu amahlanu, icala lasentshonalanga libe ngamawaka amane anamakhulu amahlanu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Nazi izilinganiso zalo: uhlangothi lwasenyakatho yizinkulungwane ezine namakhulu ayisihlanu, nohlangothi lwaseningizimu izinkulungwane ezine namakhulu ayisihlanu, nasohlangothini lwasempumalanga izinkulungwane ezine namakhulu ayisihlanu, nohlangothi lwasentshonalanga izinkulungwane ezine namakhulu ayisihlanu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 Nazi izilinganiso zalo izwe: uhlangothi olusenyakatho kuyakuba ngamakhubhithi ayizi-4 500, oluseningizimu kube ayizi-4 500, olusempumalanga kube ayizi-4 500, nolusentshonalanga kube ayizi-4 500.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 48:16
2 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Idlelo lomuzi liyakuba ngamakhulu amabili namashumi ayisihlanu, naseningizimu libe ngamakhulu amabili namashumi amahlanu, nasempumalanga libe ngamakhulu amabili namashumi amahlanu, nangasentshonalanga libe ngamakhulu amabili namashumi amahlanu.


Umuzi wawunezinhlangothi ezine ezilinganayo, ubude bawo bungangobubanzi bawo; walinganisa umuzi ngohlanga, amastadiyu ayizinkulungwane eziyishumi nambili. Ubude nobubanzi nokuphakama kwawo kuyalingana.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ