UHezekeli 45:7 - Contemporary Zulu Bible 20247 Isabelo siyakuba sesikhulu ngalapha nangalapha, somnikelo wesabelo esingcwele nowefa lomuzi, phambi komnikelo wesabelo esingcwele naphambi kwefa lomuzi ngasentshonalanga. Kusukela ohlangothini lwasempumalanga kuye empumalanga; ubude bubhekane nesinye sezigaba, kusukela emngceleni osentshonalanga kuze kube semngceleni osempumalanga. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE7 “ ‘Okungokwesikhulu kuyakuba ngalapha nangalapha komnikelo wokungcwele nefa lomuzi, phambi komnikelo wokungcwele naphambi kwefa lomuzi, ngasohlangothini lwasentshonalanga kubheke entshonalanga, nangasohlangothini lwasempumalanga kubheke empumalanga, ngobude kulingane nesinye sezabelo zezizwe, kusukela emkhawulweni wasentshonalanga kuze kube semkhawulweni wasempumalanga. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20207 “ ‘Umhlaba wesikhulu uyakusiphahla isiqinti esingcwele nefa lomuzi, ube phambi kwefa lomuzi naphambi komnikelo; ube ngasohlangothini olusentshonalanga kubheke entshonalanga, nangasohlangothini olusempumalanga kubheke empumalanga, ubude baso bulingane nesinye sezabelo zezizwe, kusukela emngceleni entshonalanga kuze kube semngceleni empumalanga. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Okuseleyo kuyakuba ngeyesikhulu, ngalapha nangalapha komnikelo ongcwele nowefa lomuzi, izinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu zomnikelo wokudla ngasemkhawulweni wasempumalanga nasentshonalanga ngasentshonalanga. Izinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu ngasemngceleni osentshonalanga, ngokumelene nezindawo zesikhulu; kuyakuba ngumnikelo ongcwele wokudla; nendlu engcwele yendlu iyakuba phakathi kwawo.