Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 45:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Izinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu ubude nezinkulungwane eziyishumi ububanzi ziyakuba ngamaLevi, izinceku zendlu, kube yifa lawo amakamelo angamashumi amabili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Izinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu ubude nezinkulungwane eziyishumi ububanzi ziyakuba ngezamaLevi, izikhonzi zendlu, zibe yifa lawo lemizi ukuhlala kuyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 Esinye isiqinti sendawo esingamakhubhithi ayizi-25 000 ubude, nayizi-10 000 ububanzi, siyakuba yindawo yabaLevi abakhonza ethempelini, sibe yindawo enemizi abahlala kuyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 45:5
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesengiyisa egcekeni elingaphandle; bheka, kwakukhona amakamelo nendawo egandayo yegceke nxazonke; amakamelo angamashumi amathathu ayesendaweni egandayiweyo.


Futhi kubo, kubapristi, lesi sipho esingcwele kumelwe sibe; ngasenyakatho izinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu ubude, nasentshonalanga izinkulungwane eziyishumi ububanzi, nasempumalanga izinkulungwane eziyishumi ububanzi, nangaseningizimu izinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu ubude; nendlu engcwele kaJehova iyakuba phakathi kwayo.


“Ngaphezu komkhawulo wabapristi amaLevi ayakuba nezinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu ubude nezinkulungwane eziyishumi ububanzi; bonke ubude bube ngamashumi amabini anamahlanu amawaka, nobubanzi bube lishumi lamawaka.


Wonke umnikelo wokudla uyakuba yizinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu ubude nezinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu; ninikele ngomnikelo ongcwele wokudla kanye nempahla yomuzi.


Izinsuku eziyisikhombisa niyohlala ezindlini; bonke abazelwe kwa-Israyeli bayakuhlala emadokodweni;


Yala abantwana bakwa-Israyeli ukuba banike amaLevi efeni lefa lawo imizi ukuba ahlale kuyo; futhi kumelwe unike amaLevi amadlelo emizi ezungezile.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ