UHezekeli 42:12 - Contemporary Zulu Bible 202412 Njengeminyango yamakamelo abheke eningizimu, kwakukhona isango phambi kwendlela, indlela ephambi kogange ngasempumalanga, uma umuntu engena kuyo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE12 Njengeminyango yamakamelo aseningizimu kwakukhona umnyango esihlokweni sendlela, indlela malungana nogange ngasempumalanga, lapho kungenwa kuwo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202012 Njengeminyango yamakamelo ayeseningizimu, kwakukhona umnyango ekuqaleni kwendlela, indlela yayiqondene nogange ngasempumalanga, lapho kungenwa kuwo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |