Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 41:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ububanzi bodonga lwegumbi eliseceleni ngaphandle babuyizingalo eziyisihlanu; futhi okwakusele kwakuyindawo yamakamelo asemaceleni ayengaphakathi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Uhlonze lodonga olwalungolwamakamelo ezinhlangothi ngaphandle lwaluyizingalo eziyisihlanu; indawo eseleyo yayingeyamakamelo ezinhlangothi endlu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Uhlonze lodonga olungaphandle emakamelweni lwalungamakhubhithi amahlanu, kunendawo ebanzi phakathi kwamakamelo nendlu, leyo ndawo yayingeyamakamelo ayesezinhlangothini zendlu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 41:9
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Iminyango yamakamelo asemaceleni yayisendaweni eseleyo, omunye umnyango ngasenyakatho nomunye umnyango ubheke eningizimu; nobubanzi bendawo eseleyo babuyizingalo eziyisihlanu nxazonke.


Yalinganisa udonga lwendlu, izingalo eziyisithupha; ububanzi bekamelo eliseceleni buyizingalo ezine nxazonke zendlu.


Wayesengikhiphela egcekeni elingaphandle, indlela eya enyakatho; wangingenisa ekamelweni elibhekene nendawo esesithelweni, elalingaphambi kwesakhiwo, ngasenyakatho.


Phambi kwamakamelo kwakukhona indlela eyizingalo eziyishumi ububanzi phakathi kwayo, nomzila oyingalo eyodwa; iminyango yawo ibheke enyakatho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ