Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 40:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Yalinganisa umpheme wesango, izingalo eziyisishiyagalombili; nezinsika zalo: yizingalo ezimbili; umpheme wesango wawungaphakathi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Wayeselinganisa umpheme wesango: yizingalo eziyisishiyagalombili; nezinsika zalo: yizingalo ezimbili; umpheme wesango wawungasendlini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Wayeselinganisa umpheme wesango: wawungamakhubhithi ayisishiyagalombili; nezinsika zalo: ungamakhubhithi amabili; umpheme wesango ungasendlini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 40:9
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amakamelo esango ngasempumalanga ayemathathu ngalapha, emathathu nangalapha; zontathu zaziyisilinganiso sinye, nezinsika zomnyango zinesilinganiso sinye ngapha nangapha.


Walinganisa umpheme wesango ngaphakathi, umhlanga munye.


Wayesengingenisa ethempelini, walinganisa izinsika: ububanzi buyizingalo eziyisithupha ngalapha nezingalo eziyisithupha ububanzi ngalapha, yibo ububanzi betabernakele.


Izinsika zomnyango wethempeli zaziyizinhlangothi ezine eziyisikwele, nengaphambili lendlu engcwele; ukubonakala kwenye njengokubonakala kwenye.


Kwakukhona amafasitele amancane namasundu ngalapha nangalapha, emaceleni ompheme nasemagumbini asemaceleni endlu namapulangwe aminyene.


Lokhu kungokwesikhulu; isikhulu, kumelwe sihlale kulo ukuba sidle isinkwa phambi kukaJehova; kumelwe angene ngompheme walelo sango futhi aphume ngendlela yakhe.


Umpristi kumelwe athathe elinye legazi lomnikelo wesono aligcobe ezinsikeni zomnyango wendlu nasemagumbini omane e-altare nasezinsikeni zomnyango wesango legceke elingaphakathi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ