Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 40:34 - Contemporary Zulu Bible 2024

34 Umpheme wakhe wawubheke egcekeni elingaphandle; namasundu ayesezinsikeni zeminyango yalo, ngapha nangapha; ukukhuphukela kulo kwakunezinyathelo eziyisishiyagalombili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Imengamo yalo yayibheke egcekeni elingaphandle; amasundu ayekhona ezinsikeni zalo ngalapha nangalapha; kwakhushukelwa kulo ngezinyathelo eziyisishiyagalombili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

34 Imiphemegumbi yalo yayibheke egcekeni elingaphandle; amasundu esezinsikeni zalo, ngapha nangapha; kwakukhushukelwa kulo ngezitebhisi eziyisishiyagalombili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 40:34
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwakukhona amafasitele ayingcingo emakamelweni nasezinsikeni zawo ngaphakathi kwesango nxazonke, kanjalo nasemphemelweni; amafasitele ayekhona nxazonke ngaphakathi, nasezinsikeni zeminyango kwakukhona amasundu.


Amafasitele alo, neminyango yawo, namasundu alo kwakungokwesilinganiso sesango elibheke ngasempumalanga; bakhuphukela kulo ngezitebhisi eziyisikhombisa; nompheme wakhe wawuphambi kwazo.


Kwakukhona izinyathelo eziyisikhombisa zokukhuphukela kulo, umpheme walo wawuphambi kwazo; lalinamasundu, elinye ngalapha nelinye ngalapha ezinsikeni zalo zomnyango.


Umpheme wakhe wawubheke egcekeni elingaphandle; amasundu ayephezu kwezinsika zomnyango walo, futhi umnyango walo wawunezinyathelo eziyisishiyagalombili.


Izinsika zalo zazibheke egcekeni elingaphandle; namasundu ayesezinsikeni zeminyango yalo, ngapha nangapha; ukukhuphukela kulo kwakunezinyathelo eziyisishiyagalombili.


Ubude bompheme babuyizingalo ezingamashumi amabili, nobubanzi buyizingalo eziyishumi nanye; wangiyisa ezitebhisini ababekhuphuke ngazo kulo, kwakukhona izinsika ezinsikeni zomnyango, enye ngalapha nenye ngalapha.


Yafika esangweni elibheke ngasempumalanga, yakhuphuka ngezitebhisi zalo, yalinganisa umbundu wesango, wawuluhlanga olulodwa ububanzi; lomunye umbundu wesango wawumhlanga owodwa ububanzi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ