Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 4:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Lala ngohlangothi lwakho lwesokhohlo, ubeke ububi bendlu kaIsrayeli phezu kwalo; ngokwenani lezinsuku olala kulo, uyakuthwala ububi babo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 “Futhi lala ngohlangothi lwakho lwasokhohlo, ubeke ukona kuka-Israyeli phezu kwalo; ngokomumo wezinsuku zokulala kwakho ngalo uyakuthwala ukona kwabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 “Lala ngohlangothi lwakho lwesokhohlo, ubeke isono sika-Israyeli phezu kwalo; uyakuthwala isono sabo ngazo zonke izinsuku oyobe ulele ngalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 4:4
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba nginibekele iminyaka yokona kwabo ukuba ibe yinani lezinsuku, izinsuku ezingamakhulu amathathu namashumi ayisishiyagalolunye; kanjalo uyakuthwala ububi bendlu yakwa-Israyeli.


Bheka, ngiyakufaka izibopho phezu kwakho, ungaphendukeli kusukela kolunye uhlangothi uye kolunye, uze uqede izinsuku zokuvinjezelwa kwakho.


Kungani ningawudli umnikelo wesono endaweni engcwele, lokhu ungcwelengcwele, futhi uNkulunkulu waninika wona ukuba nithwale ububi benhlangano ukuba niwenzele ukubuyisana phambi kukaJehova na?


Impongo iyothwala phezu kwayo bonke ububi babo, iye ezweni elingahlalwa muntu; futhi uyoyikhulula impongo ehlane.


Ngokwenani lezinsuku enalihlola ngazo izwe, izinsuku ezingamashumi amane, unyaka nonyaka, niyakuthwala ububi benu, iminyaka engamashumi amane, naphule izwi lami.


INkosi yasisithi kuAroni: Wena lamadodana akho lendlu kayihlo kanye lawe lizathwala ububi bendlu engcwele; wena namadodana akho kanye nawe niyakuthwala ububi bobupristi benu.


ukuze kugcwaliseke okwakhulunywa ngoIsaya umprofethi ukuthi: Yena wathatha ubuthakathaka bethu, wathwala izifo zethu.


Kanjalo noKristu wanikelwa kwaba kanye ukuba athwale izono zabaningi; futhi kulabo abalindele yena uyobonakala ngokwesibili ngaphandle kwesono kube insindiso.


Yena owathwala izono zethu emzimbeni wakhe emthini, ukuze thina sesifile ezonweni siphile ekulungeni, omivimbo yakhe naphulukiswa ngayo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ