Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 19:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Izizwe zezwa ngaye; yabanjwa emphandwini wabo, bayiyisa eboshwe ngamaketanga ezweni laseGibithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Izizwe zezwa ngalo, labanjwa emgodini wazo; zaliyisa ngezingwegwe ezweni laseGibithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 Izizwe zezwa ngalo, labanjwa, layiswa ngezingwegwe eGibhithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 19:4
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inkosi yaseGibithe yabeka u-Eliyakimi umfowabo inkosi kwaJuda naseJerusalema, yaguqula igama lakhe laba nguJehoyakimi. UNego wamthatha uJehowahazi umfowabo, wamyisa eGibithe.


UNebukadinesari, inkosi yaseBabele, wenyukela kuye, wambopha ngozankosi, ukuze amyise eBabele.


Ngalokho usho kanje uJehova ngoJehoyakimi indodana kaJosiya, inkosi yakwaJuda, uthi: Bangaze bamkhalele bathi: Hawu, mfowethu! noma, O dadewethu! bangase bangabubuli ngaye bathi: “Awu, nkosi! noma: O inkazimulo yakhe!


UJehowahazi wayeneminyaka engamashumi amabili nantathu ekuqaleni kwakhe ukubusa; wabusa izinyanga ezintathu eJerusalema. Igama likanina lalinguHamuthali, indodakazi kaJeremiya, waseLibina.


Yakhulisa elinye lamawundlu ayo, laba yibhongo lengonyama, lafunda ukubamba impango; ladla abantu.


Lapho ibona ukuthi yayilindile futhi iphelelwe ithemba, yathatha elinye lamawundlu ayo yalenza ibhongo lengonyama.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ