Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 19:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Yakhulisa elinye lamawundlu ayo, laba yibhongo lengonyama, lafunda ukubamba impango; ladla abantu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Yakhulisa elinye lamawundlu ayo, laba yibhongo; lafunda ukubamba impango, ladla abantu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Wakhulisa elinye lamawundlu akhe, laba yibhongo, lafunda ukudwengula inyamazane, ladla nabantu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 19:3
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UFaro Nego wabeka u-Eliyakimi, indodana kaJosiya, inkosi esikhundleni sikaJosiya uyise, waliguqula igama lakhe laba nguJoyakimi, wamsusa uJowahasi; wafika eGibithe, wafela khona.


Wathi: “Uyini unyoko na?” Ingonyamakazi, yalala phakathi kwezingonyama, yondla amawundlu ayo phakathi kwezingonyama.


Izizwe zezwa ngaye; yabanjwa emphandwini wabo, bayiyisa eboshwe ngamaketanga ezweni laseGibithe.


Yahambahamba phakathi kwezingonyama, yaba yibhongo lengonyama, yafunda ukubamba impango, ishwabadele abantu.


Kukhona uzungu lwabaprofethi bakhe phakathi kwalo njengengonyama ebhongayo edwengula impango yayo; badla imiphefumulo; bathatha ingcebo nezinto eziyigugu; bamenza abafelokazi abaningi lapho.


Ndodana yomuntu, yenza isililo ngoFaro, inkosi yaseGibithe, uthi kuye: ‘Wena unjengebhongo lengonyama lezizwe, unjengomkhomo olwandle; waphuma nemifula yakho namanzi ngezinyawo zakho, wangcolisa imifula yawo.


Kukhona izwi lokukhala kwabelusi; ngokuba udumo lwazo luchithiwe: izwi lokubhonga kwamabhongo ezingonyama; ngoba ukuzigqaja kweJordani kubhujisiwe.


NgoDani wathi: “UDani uyibhongo lengonyama; uyakuvela eBashani.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ