1 UMoya kaJehova wafika kimi, wathi:
1 Izwi likaJehova lafika kimi, lathi:
1 Izwi likaSimakade lafika kimi, lathi:
Ukuze ucabange, ume unamahloni, ungabe usavula umlomo wakho ngenxa yehlazo lakho, uma ngibuyisana nawe ngakho konke okwenzileyo, isho iNkosi uJehova.
Ndodana yomuntu, yenza imfumbe, ukhulume umfanekiso kuyo indlu yakwa-Israyeli;