1 Izwi likaJehova lafika kimi, lathi:
1 Izwi likaSimakade lafika kimi, lathi:
Futhi bayoniduduza lapho nibona izindlela zabo nezenzo zabo; niyakwazi ukuthi angikwenzanga ngaphandle kwesizathu konke engikwenzile kulo, isho iNkosi uJehova.
Ndodana yomuntu, umvini udlulani yonke imithi, negatsha eliphakathi kwemithi yasehlathini, na?
Izwi likaJehova lafika kimi, lathi:
U-Israyeli ungumvini ongenalutho, uyazithela izithelo; ngobuningi bezithelo zawo wandisa ama-altare; njengobuhle bezwe lakhe benza izithombe ezinhle.
Ngakhuluma ngabaprofethi, ngandisa imibono, ngenza nemifanekiso ngenkonzo yabaprofethi.