1 Izwi likaJehova lafika kimi, lathi:
1 Izwi likaSimakade lafika kimi, lathi:
Inkosi yakwa-Israyeli noJehoshafati, inkosi yakwaJuda, babehlezi, kwaba yilowo nalowo esihlalweni sakhe sobukhosi, bembethe izingubo zabo endaweni eyize, ekungeneni kwesango laseSamariya; bonke abaprofethi baprofetha phambi kwabo.
Omdala nohloniphekileyo uyinhloko; nomprofethi ofundisa amanga ungumsila.
Ngakho-ke yithi kubo: Itsho njalo iNkosi uJehova; Akukho nelilodwa lamazwi ami eliyolindiswa, kodwa izwi engilikhulumile liyokwenzeka, isho iNkosi uJehova.
Ndodana yomuntu, profetha kubaprofethi bakoIsrayeli abaprofethayo, uthi kulabo abaprofetha ngenhliziyo yabo: Zwanini ilizwi leNkosi!