Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 10:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ngabona, bheka, amasondo amane eceleni kwamakherubi, elinye isondo eceleni kwelinye ikherubi, nelinye isondo eceleni kwelinye ikherubi; ukubonakala kwamasondo kwakunjengombala wetshe lekrisolite.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ngabona, bheka, nanko amasondo amane eceleni kwamakherubi, elinye isondo eceleni kwelinye ikherubi nelinye isondo eceleni kwelinye ikherubi; ukubonakala kwamasondo kwakunjengetshe lekrisolithe.*

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Ngase ngibona amasondo amane eceleni kwamakherubhi, isondo ngalinye limi eceleni kwekherubhi, ukubukeka kwamasondo kwakungathi kuyitshe lekhristolithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 10:9
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Isisekelo ngasinye sasinamasondo amane ethusi nezingcwecwe zethusi, emagumbini aso omane ayenophahla; ngaphansi kukasinki kwakukhona ophahleni olubunjiwe ezinhlangothini zokwengezwa ngakunye.


Ngokuqondene nokubonakala kwawo omane ayefana kungathi isondo liphakathi kwesondo.


Kwabonakala emakherubhini isimo sesandla somuntu phansi kwamaphiko awo.


Umzimba wakhe wawunjengoboya, nobuso bakhe bunjengokubonakala kombani, namehlo akhe enjengezibani zomlilo, izingalo zakhe nezinyawo zakhe zinjengethusi elimibalabala, nomsindo wamazwi akhe njengezwi lesixuku.


Eyesihlanu isardoniksi; eyesithupha yisardiyu; eyesikhombisa ikrizolithe; eyesishiyagalombili ikrisolite; eyesishiyagalolunye yitopazi; eyeshumi yikrisoprasu; eyeshumi nanye yihiyakinte; eyeshumi nambili, i-amethiste.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ