Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 1:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Zazinezandla zomuntu phansi kwamaphiko azo ezinhlangothini zazo zozine; zozine zazinobuso bazo namaphiko azo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Zazinezandla zomuntu phansi kwamaphiko azo ezinhlangothini zazo zozine. Ubuso namaphiko alezi ezine kwakunje:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Phansi kwamaphiko azo, ezinhlangothini zozine, zazinezandla zomuntu. Zozine, ubuso bazo namaphiko azo kwakunje:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 1:8
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Landizela kimi elinye lamaserafi liphethe ilahle elivuthayo esandleni salo, elalilithatha ngodlawu e-altare.


Ekuhambeni kwawo ahamba ezinhlangothini zawo zozine, awaphendukanga ekuhambeni kwawo.


Ekuhambeni kwawo ahamba ezinhlangothini zawo zozine; awaphendukanga ekuhambeni kwawo, kepha lapho induna yayibheka khona, ayilandela; aziphendukanga ekuhambeni kwazo.


Inkazimulo kaJehova yasuka embundwini wendlu, yema phezu kwamakherubi.


Wakhuluma endodeni eyembethe ilineni, wathi: “Ngena phakathi kwamasondo phansi kwamakherubi, ugcwalise isandla sakho ngamalahle omlilo phakathi kwamakherubi, uwahlakaze phezu komuzi.” Futhi wangena phambi kwamehlo ami.


Yilelo nalelo lalinobuso obune, yileso naleso sasinamaphiko amane; futhi okufana nezandla zomuntu kwakungaphansi kwamaphiko azo.


Welula okunjengesandla, wangibamba ngesihluthu sekhanda lami; uMoya wangiphakamisa phakathi komhlaba nezulu, wangiyisa phambi kukaNkulunkulu eJerusalema, ekungeneni kwesango elingaphakathi elibheke enyakatho; sasikuphi isihlalo sesithombe somona, esizala umona.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ