Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 7:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 UNowa wayeneminyaka engamakhulu ayisithupha mhla uzamcolo uphezu komhlaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 UNowa wayeneminyaka engamakhulu ayisithupha mhla uzamcolo wamanzi efika emhlabeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 UNowa wayeseneminyaka engama-600 ngesikhathi liyithela ekazamcolo emhlabeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 7:6
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UNowa ubeminyaka imakhulu mahlanu ezelwe; uNowa wazala oShem, noHamu, noJafete.


Ngomnyaka wamakhulu ayisithupha wokuphila kukaNowa, ngenyanga yesibili, ngosuku lweshumi nesikhombisa lwenyanga, ngalona lolo suku yonke imithombo kazamcolo omkhulu yagqashuka, namafasitele asezulwini avuleka.


Kwathi ngomnyaka wamakhulu ayisithupha nanye, ngenyanga yokuqala, ngolokuqala lwenyanga, amanzi ashile emhlabeni; uNowa wasusa isembozo somkhumbi, wabheka, bheka, ubuso bomhlaba bomile.


Kepha njengokuba zazinjalo izinsuku zikaNowa, kuyakuba njalo nokufika kweNdodana yomuntu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ