Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 7:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Kwaba nguzamcolo emhlabeni izinsuku ezingamashumi amane; amanzi anda, awudonsa umkhumbi, wawuphakamisela emhlabeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Kwaba nguzamcolo emhlabeni izinsuku ezingamashumi amane; amanzi anda, aphakamisa umkhumbi; waphakama phezu komhlaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

17 Laqhubeka layithela imvula izinsuku ezingama-40, akhula amanzi, awuntantisa umkhumbi phezu komhlaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 7:17
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Lana emhlabeni izinsuku ezingamashumi amane nobusuku obungamashumi amane.


Ezingenayo, kwangena iduna nensikazi kuyo yonke inyama, njengalokho uNkulunkulu emyalile; uJehova wamfaka.


Amanzi aba namandla, anda kakhulu emhlabeni; umkhumbi wedlula phezu kwamanzi.


Bese nginisa imvula emhlabeni izinsuku ezingamashumi amane nobusuku obungamashumi amane; futhi zonke izinto eziphilayo engizenzile ngizozibhubhisa emhlabeni.


Nguye owakha izindlu zakhe ezulwini, wamisa iqembu lakhe emhlabeni; obiza amanzi olwandle, awathululele emhlabeni: nguJehova igama lakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ