Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 50:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Kepha nina, nangicambela okubi; kepha uNkulunkulu wakuceba kwaba kuhle ukuba kwenziwe, njenganamuhla, ukugcina abantu abaningi bephila.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Yebo, nina nangisongozela okubi, kepha uNkulunkulu wakuceba kwaba kuhle ukuba akwenze kube njenganamuhla, asindise abantu abaningi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

20 Nakuba nangakhela uzungu nifuna ukungenzakalisa, kodwa uNkulunkulu wayehlose okuhle, ukuze namuhla kusindiswe izinkumbi zabantu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 50:20
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJuda wasesithi kubafowabo: Kuzasizani ukuthi sibulale umfowethu, sifihle igazi lakhe?


Wozani simthengise kwabakwa-Ishmayeli, isandla sethu masingabi phezu kwakhe; ngokuba ungumfowethu nenyama yethu. Abafowabo basutha.


Lapho abafowabo bebona ukuthi uyise wayemthanda ngaphezu kwabo bonke abafowabo, bamzonda futhi babengakwazi ukukhuluma naye ngokuthula.


UJosefa wathi kubo: “Ningesabi, ngokuba mina ngisesikhundleni sikaNkulunkulu na?”


Kuhle kimi ukuthi ngicindezelwe; ukuze ngifunde izimiso zakho.


Imihla yonke bayawachitha amazwi ami; yonke imicabango yabo imelene Nami.


Kodwa akaqondile, nenhliziyo yakhe ayicabangi kanjalo; kodwa kusenhliziyweni yakhe ukungabhubhisi nokuqothula izizwe ezimbalwa.


yena esenikelwe ngecebo elimisiweyo nangokwazi kukaNkulunkulu ngaphambili, namthatha, ngezandla zababi nambethela, nambulala;


UNkulunkulu eseyivusile iNdodana yakhe uJesu, wayithuma kini kuqala, ukuze anibusise ngokuniphendula yilowo nalowo ebubini bakhe.


Njalo siyazi ukuthi konke kusebenzelana kube ngokuhle kwabamthandayo uNkulunkulu, ababiziweyo ngecebo lakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ